Kuqubuke ukukhuluma kubalandeli bebhola likaNobhutshuzwayo kulandela ukushiywa kukaBrando Peterson onguNozinti weqembu le Kaizer Chiefs eshiywa esikwatini esizoya kwiWorld Cup ezodlalelwa eMexico,Cananda kanye naseMelika.Lo mqhudelwano uzoqala mhlaka 11 kuNhlangulana 2026 uze uyophela mhlaka 19 kuNtulikazi 2026.Abalandeli bakhala ngokuthi uMqeqeshi weBafana Bafana uHugo Bruce okusho ukuthi akamthandisisi lo Nozinti ngoba wenze kahle kakhulu eqenjini lakhe le Kaizer Chiefs.ONozinti abazomela isizwe kwiWorld Cup uRowen Williams weSundowns,uRicardo Goss weSiwelele kanye noSipho Chaine wezikaMagebhula.UPeterson ubengakaphawuli ngalolu daba.
Imivunge kusala uNozithi weKheza esikwatini esiya eNdebeni yomhlaba