AmaPhoyisa aseZimbabwe asekuqinisekisile ukuthi uBrian Abbas Amidu kanye nomngane wakhe uRueben Mhlanga bazodonsa iminyaka eyishumi
Month: February 2026
Kuthiwa indodakazi kaZuma yathola uR14million ngabaya eRussia
Namuhla emini kutheleke abantu abayi11 ababekade bevaleleke ezweni laseRussia.Laba bantu bafikele eKing Shaka eThekwini.Ngokusho kukaMkhulumeli
Izogqunywa esitokisini indodana ka Mgabe
Indodana ka Mgabe kanye nomzala wayo basazoke bethi ukuhlala esitokisini kulandelwa ukuhlehliswa kwecala labo namuhla
Sekuboshwe indodana kaMugabe ngelokuzama ukubulala
Isikhalelwe ngamaSongo kaSigonyela indodana yalowo owabe enguMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe.Igama lale ndodana nguChatunga Bellarmine
Izigebengu zikhale zemuka nesamba esingadalulwanga
Kusuke isidumo izolo endaweni yaseOld Geelhout Park eNorth West ngenkathi izigebengu ziphanga imoto yemali.Abazibonele bathi
Uyozama inhlanhla emaqenjini aseNgilandi umfana wakwaZulu-Natal
Umdlali webhola uKhulekani Nxumalo uyozama inhlanhla(trials) emaqenjeni amathathu aseNgilandi.Leli bhungu elineminyaka eyi18 lenza ezibukwayo kwiLigi
Useboshiwe umsolwa wesine kwelokubulala umshayeli weE-Hailing
Ezingena manje zithi usezinikele emaPhoyiseni umsolwa osolwa ngokubulala umshayeli we E-Hailing uIsaac Satlat owabulawa ngokweklinywa
Lihlehliselwe umhla lulunye kuMbasa icala labasocongi bakaWarras
Bebevele ndawonye namuhla ebhokisini elilodwa abasolwa abasolwa ngobusoconga uDJ Warras.Lokhu bekuqala ngqa ukwenzeka ngoba bebelokhu
Ulaxaze ithuba lokufaka isicelo sebheyili umsolwa osolwa ngokusoconga uWarras
Ulilaxazile ithuba lokufaka isicelo sebheyili u Armindo Joaquim Pacula(25)ongumsolwa wesibili ecaleni lokubulawa kukaDJ Warras.UPacula ongumsinsi
Isimisiwe emsebenzini iNgoduso kaPretorious ozidubule wazibulala izolo
Ezingena manje zithi uJuan-Mare Eksteen usehlinzekwe ngencwadi emyalela ukuba makame emsebenzini.UEksteen uyiPhoyisa elisebenzela iFlying Squad