UMichael Buthelezi (48)owayeyiKhansela futhi eyilungu leDA ugwetshwe uDilikajele ngecala lokungqongqisa umuzi wakhe oseBergville lapho kwashona
Month: May 2025
Utholakale enenqwaba yoMazisi umsolwa omkhulu ecaleni likaOlorato obulawe namuhla ekuseni
Umsolwa omkhulu ecaleni likaOlorato owabulawe ngabakwaSidlodlo namuhla sekuseni utholakale enenqwaba yoMazisi abalinganiselwa ku28 kanye noMakhalekhukhwini
AmaPhoyisa asephume inqina yokuyozingela ababulali bakaOlorato
AmaPhoyisa aseNingizimu Afrika asephume inqina yokuyozingela ababulali bakaOlorato Mongale owabulawa ngesonto emini.OLorato ubengowesifazane obeneminyaka eyi30,obefunda
Bhabhayi Muvhango
UMsakazeli womphakathi i-SABC isimemezele ukuthi uyaphela uMuvhango mhlaka 8 kuNcwaba(August)kuwo lo nyaka ka 2025.Lo mdlalo
Akayi ndawo uCoach Nabi
Usehlube udlubu ekhasini uMazola Molefe mayelana noMqeqeshi weqembu le Kaizer Chiefs uNasreddine Nabi wathi akayi
Usezocija i-Real Madrid uCoach Xabi Alonso
Kuye ngamagama enkehli i-Real Madrid imemezela uXabi Alonso njengoMqeqeshi wayo omusha.Lo Mqeqeshi usanda kushiya kwiBayer
Usephindele kwelakubo umfundisi uOmotoso
Ugibele iNdiza waphindela kwelabo eNigeria umfundisi uTimothy Omotoso weBandla iJesus Dominion International Church obuye
Sekubanjwe abanye abasolwa kwelokunyamalala kweNtatheli yaseMpumalanga nesithandwa sayo
AmaPhoyisa aseMpumalanga abika ukuthi sekuphinde kwabanjwa abanye abasolwa abathathu kwelokunyamalala kwentetheli uSibusiso Aserie Ndlovu kanye
Kubikwa ukuthi uzogabisa ngezithende uChivaviro uma kuphela iSizini
Izimpukane eziluhlaza sezihogele ukuthi ngeke ivuselelwe inkontileka yomgadli weKaizer Chiefs uRanga Chivariro uma iphela ngoJune
Imibhiyozo kudedelwa uOmotoso
Bagiye baqephuza abazalwane beBandla likaTimothy Omotosso iJesus Dominion International Church kulandela ukudedelwa kukaMfundisi wabo uOmotoso