Ngalolu suku lwangomhlaka 21 kuNtulikazi 1883 uMntwana uZibhebhu wahlasela isigodlo sakithi oNdini kwasala enkundleni
Category: Namuhla emlandweni
Namuhla wusuku okwazalwa ngalo uSolomon Kalushi Mahlangu
Namuhla wusuku okwazalwa ngalo uBaba uSolomon Kalushi Mahlangu iqhawe loMzabalazo wenkululeko.Ukuba usaphila uBaba uMahlangu ngabe
Namuhla kuphela iminyaka eyi147 amaNgisi ashisa isigodlo sakithi oNdini
Namuhla kuphela iminyaka engama147 kwasha uNdi lwakithi lushiswa ngamaNgisi.Lwashiswa ngalo lolu suku lwanamuhla umhlaka 4
Namuhla kuphela iminyaka engama120 kwalwa iMpi yaseMome
Nina beSilo namuhla kuphela iminyaka engama 120 kwalwa impi yaseMome eyayiphakathi kukaZulu namaNgisi, eyalwa mhlaka
Impi yaseTshaneni 5 Nhlangulana 1884
Nina beSilo izolo bekuphela iminyaka engama 142 kwalwa impi yaseTshaneni.ITshaneni intaba esenyakatho yomfula uMkhuze.Impi yaseTshaneni
Namuhla usuku okwakhothama ngalo inkosi yakithi eKuphakameni
Namuhla kuphela iminyaka engama 91 kwakhothama inkosi uMudliwamafa Isiah Shembe eyakhothama mhlaka 2 Meyi
Kuphela iminyaka engama-147 kwalwa impi yakwaKhambula
Nina beSilo namuhla kuphela iminyaka eyi-147 kwalwa impi yakwaKhambula lapho kwakulwa khona uZulu namaNgisi,ngowe 1879,mhlaka
Namuhla kuphela iminyaka eyi188 kwabulawa ibhunu uPiet Retief
Nina abeHwanqa eladla amanye amahwanqa ngoba ladla uPiti kwabaseMgungundlovu,iZibuko likaNdaba limadwala abusheshelelezi lishelele uPiti nendodana!ISilo
Namuhla kuphela iminyaka eyi146 kwalwa impi yaseSandlwana
Namuhla wusuku lapho uZulu ubungaza khona iminyaka engama 146 wanqoba amaNgisi eSandlwana.Le mpi yalwa ngomhlaka
Kuphela iminyaka eyi187 kwalwa impi yaseNcome
Namuhla kuphela iminyaka eyi187 kwalwa impi yaseNcome,eyayiphakathi kukaZulu kanye namaBhunu.Ngaleso sikhathi iNgonyama eyayibusa kwaZulu kwakuyiNgonyama