Esivuke ngazo namuhla zithi umgadli weqembu le Mamelodi Sundowns FC uLucas Costa Ribeiro(26)cela ukuthi iqembu
Month: August 2025
OwaseUganda ukhale wemuka noR100K wentombi yakhe
Ukhala uyazithulisa owesifazane waseVaal kulandelwa ukuqolwa kwakhe imali ewuR100 000 yisoka lakhe ahlangana nalo kuFacebook
Kukhonjwa isifo sikashukela ngokushona kukaNdoro
Bafe olwembiza abalandeli bebhola ngokudlula emhlabeni kukaTendai Ndoro owaduma kakhulu kwiOrlando Pirates ngonyaka ka 2015
Ulaxaze isicelo sebheyili owagwaza wabulala inkosikazi kaMmeli wakhe
Owabe eyiPhoyisa likaMaspala weTheku Qiniso Sishi(41)ulaxaze isicelo sakhe sebheyili namuhla njengoba ubevele enkantolo iDurban Magistrates
Ukhihle esikaNandi uMapisa-Nqakula enkantolo
Uhluleke ukuzibamba uNosiviwe Mapisa-Nqakula wakhihla eseNdlovukazi yaseMkhindini ngenkathi kuqulwa icala lakhe le nkohlakalo namuhla enkantolo
Usagcwele amathafa obulale amaPhoyisa
Kufunwa uthuli owaseZimbabwe obulale amaPhoyisa amabili endaweni yaseRoodepoort izolo ngoLwesihlanu.Kubikwa ukuthi uJabulani Thabang Moyo(osesithombeni)ubekade
Sihlehlile isicelo seBheyili sikaMolefe osolwa ngokubulala uDJ Somebody
USomabhizinisi uKatiso“KT”Molefe(61)oboshelwe icala lokuba wuNgqondongqondo ekubulaweni kukaDJ Somebody uzoqhubeka esemaketangweni kuze kube wuLwesihlanu oluzayo.Lokhu kulandela
U-Hunt ukuqinisekisile ukuthi bake baxoxa noZakhele Lephasa
UGavin Hunt onguMqeqeshi weqembu le Durban City ukuqinisekisile ukuthi yena nethimba lakhe labaqeqeshi bake
Umfana osemncane waseMzansi usayinwe yiqembu laseItaly iAC Roma
Iyachichima injabulo kumfanyana osemncane u-Ikenna Tladi(9) waseWolmaransstad okuyidolobha elincane elibuqamama nedolobha laseKimberely esifundazweni iNyakatho Kapa(Northern
Sesiphelile isiteleka saBashayeli beziNdiza bakwaFlySAfair
Inkampani yeziNdiza iFlySAfair isimemezele ukuthi sesiphelile isiteleka saBashayeli beziNdiza zayo ebesesidonse izinsuku eziyiShumi nambili(12).Kulesi siteleka