Sesibanjiwe isigebengu esicashunwe kwiVido sihlwitha ucingo lukaMakhalekhukhwini kowesifazane obenyuka izitebhisi eya endaweni yokudlela eBrooklyn Mall
Year: 2025
IDurban City igaqele umdlali othwelwe ngeQoma eZimbabwe
Iqembu le Durban City ligaqele umdlali waseZimbabwe othwelwe ngeQoma kwelakubo,kuthiwa lo mdlali ongumgadli akaliboni ipali.Nguyena
Kuboshwe abayishumi nanye(11)mayelana nelokubulala ishumi labantu eBekkersdal
Kuboshwe abayishumi nanye(11)mayelana nesibhicongo sangesonto eledlule lapho kwadutshulwa kwabulawa abantu abayishumi kwalimala abayisishiyagalolunye(9).Kuleli shumi labashona
Kuvalwe iRazzmatazz,indawo yobumnandi edumile eHillbrow
Kuvalwe indawo yokucima okuma edume kakhulu endaweni yaseHillbrow,le ndawo ibizwa ngokuthi yiRazzmatazz,ivalwe ezintatha zanamuhla.UDokotela uMgcini
Wenqatshelwe ibheyili uMrepha uShebeshxt
Uzowudlela ejele ukhisimusi uMrepha waseLimpopo kulandela ukwenqatshelwa kwakhe ibheyili yinkantolo yasePolokwane ebiholwa yiMantshi uMnu Godfrey
Kudutshulwe kwabulawa uMsakazi odumile
Sekudutshulwe kwabulawa uDJ Warras namuhla emini.UDJ Warras ogama lakhe langempela linguWarrick Stock,udutshulwe wabulawa namuhla emini
Kuphela iminyaka eyi187 kwalwa impi yaseNcome
Namuhla kuphela iminyaka eyi187 kwalwa impi yaseNcome,eyayiphakathi kukaZulu kanye namaBhunu.Ngaleso sikhathi iNgonyama eyayibusa kwaZulu kwakuyiNgonyama
Abokufika babanjwe nemishanguzo
AmaPhoyisa omgwaqo aseKurhuleni abambe abesifazane ababili bephethe imishanguzo emotweni yabo yohlobo lweFord Ranger.Laba abesifazane
Kushone isangoma emgedeni waseHeidelberg
Kubikwa ukuthi kushone isangoma emgedeni osendaweni yaseHeidelburg izolo ekuseni mhlaka 13 kuZibandlela.Ngokusho kwabantu bendawo kuthiwa
Kuphela iminyaka eyi169 kwalwa impi yaseNdondakusuka
Nina abakaHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe uMantshonga benoGqelebana.Namuhla kuphela iminyaka eyi169 kwalwa impi yaseNdondakusuka ebuye yaziwe