AmaPhoyisa aseGoli asekuqinisekisile ukuthi sekuboshwe umsolwa wesibili ecaleni lokusocongwa kukaDJ Warras owasocongwa ngoZibandlela odlule phambi
Month: January 2026
Kushone abayi11 engozini enyantisa igazi
Kushone abantu abayishumi nanye engozini enyantisa igazi eyenzeke namuhla ekuseni endaweni yaseSiphingo eThekwini buqamama naseLoftus
Lihlehliselwe inyanga ezayo icala likaMatlala
Uvele kancane namuhla enkantolo ephakeme yaseGoli uVusi “Cat” Matlala icala lakhe labe selihlehliselwa umhlaka 6
Udedelwe ngesexwayiso uMaNgobese
Udedelwe ngesexwayiso uJacinta Zinhle Ngobese Zuma ongumholi wenhlangano iMarch and March kulandela ukuzinekela kwakhe kwabakwaSidlodlo.Le
Ziyayishuka iMbodla kuMajola
Usazobhadla esitokisini uVictor Majola Mthethwa osolwa ngokuba uNgqondongqondo ekubulaweni kukaDJ Warras.UDJ Warras wabulawa mhlaka 16
Kulindelwe lukhulu kwiSitobha esisha seDurban City
Iqembu leDurban City lisanda kusayinisa isitobha uEmmanuel Jalai waseZimbabwe osayinwe eqenjini le Dynamos khona eZimbabwe.Kulindelwe
Uzoyikha ngeFosholo uLorch kwelaseLybia
Lishona nezindaba nina beSilo.Kubikwa ukuthi uThembinkosi Lorch usejoyine iqembu laseLybia elaziwa ngokuthi yiAl-Ittihad elidlala kwiLigi
Namuhla kuphela iminyaka eyi146 kwalwa impi yaseSandlwana
Namuhla wusuku lapho uZulu ubungaza khona iminyaka engama 146 wanqoba amaNgisi eSandlwana.Le mpi yalwa ngomhlaka
Kudutshulwe kwabulawa amabili enkantolo
Kudutshulwe abantu abahlanu namuhla emini enkantolo yase Booysens.Ngeshwa ababili basale enkundleni,abathathu baphuthunyiswa esibhedlela ngamanxeba okudutshulwa.Kuthiwa
Usekhalelwa ngamasongo kaSgonyela umshayeli weKhwantamu elibulale abafundi eVaal
Useboshiwe umshayeli weKhwantamu elibandakanyeke engozini enyantisa igazi eyenzeke eVaal izolo ekuseni.Leli Khwantamu belilayishe izingane ebeziya