Lishona nezindaba nina beSilo.Kubikwa ukuthi uThembinkosi Lorch usejoyine iqembu laseLybia elaziwa ngokuthi yiAl-Ittihad elidlala kwiLigi enkulu yakhona.ULorch usayine kuleli qembu esuka eqenjiani laseMorocco iWydad Casablanca okuyiqembu elake lacijwa nguRhulani Mokoena wakuleli.ULorch wenze kahle kakhulu kwiWydad ekanye nozakwabo uStephane Aziz Ki naye ongumgadli.U-Aziz Ki ungokudabuka eBurkina Faso.Kanti naye kubikwa ukuthi selimsayinile leli qembu elisha likaLorch laseLybia.Okusho ukuthi bazoqhubeka lapho begcine khona.Kubikwa ukuthi i-deal kaLorch ibize imali engango$1.5million wamaDola aseMelika okuyimali ewuR24million wamaRandi akul$75 000 wamaDola aseMelika njalo ngenya okuyimali engangoR1.2million wamaRandi akuleli.Kubikwa ukuthi uLorch usayine ideal yeminyaka emibili nesigamu
Uzoyikha ngeFosholo uLorch kwelaseLybia