Nina abakaHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe uMantshonga benoGqelebana.Namuhla kuphela iminyaka eyi169 kwalwa impi yaseNdondakusuka ebuye yaziwe
Category: Namuhla emlandweni
Kubungazwa usuku lweLembe eleqa amanye
Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila namuhla kukhunjulwa iSilo uShaka ka Senzangakhona umbumbi
Kuphela iminyaka eyi146 kwashiswa isigodlo sasoNdini
Nina bakaHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe uMantshonga benoGqelebane.IGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde
Namuhla kuphela iminyaka emine kwebuza iNgonyama uMdlokombane(iSilo uZwelithini)
Nina bakaMdlokombane vuka ume ngeNtaba udle amadoda.UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana.INtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu.ISilo
Namuhla iBandla lamaNazaretha lihlanganisa iminyaka engama-115 lasungulwa
Namuhla ngomhlaka 10 kuNdasa iBandla lakwaShembe lihlanganisa iminyaka engama115 laba khona.Leli Bandla lasungulwa ngowe 1910
Namuhla kugujwa iminyaka ewu-146 kwalwa iMpi yaseSandlwana.
Namuhla kugujwa iminyaka ewu-146 kwalwa iMpi yaseSandlwana okuyimpi eyabe iphakathi kukaZulu namaNgisi . IMpi yaseSandlwana
Umhlaka 16 kuZibandlela , usuku okwalwa ngalo iMpi yaseNcome .
Namuhla kugutshwa usuku okwalwa ngalo iMpi yaseNcome , okuyimpi eyalwa ngomhlaka 16 Zibandlela (Disemba)1838 .