AmaPhoyisa aseGoli asekuqinisekisile ukuthi sekuboshwe umsolwa wesibili ecaleni lokusocongwa kukaDJ Warras owasocongwa ngoZibandlela odlule phambi
Category: Izindaba zomphakathi
Kushone abayi11 engozini enyantisa igazi
Kushone abantu abayishumi nanye engozini enyantisa igazi eyenzeke namuhla ekuseni endaweni yaseSiphingo eThekwini buqamama naseLoftus
Lihlehliselwe inyanga ezayo icala likaMatlala
Uvele kancane namuhla enkantolo ephakeme yaseGoli uVusi “Cat” Matlala icala lakhe labe selihlehliselwa umhlaka 6
Udedelwe ngesexwayiso uMaNgobese
Udedelwe ngesexwayiso uJacinta Zinhle Ngobese Zuma ongumholi wenhlangano iMarch and March kulandela ukuzinekela kwakhe kwabakwaSidlodlo.Le
Ziyayishuka iMbodla kuMajola
Usazobhadla esitokisini uVictor Majola Mthethwa osolwa ngokuba uNgqondongqondo ekubulaweni kukaDJ Warras.UDJ Warras wabulawa mhlaka 16
Namuhla kuphela iminyaka eyi146 kwalwa impi yaseSandlwana
Namuhla wusuku lapho uZulu ubungaza khona iminyaka engama 146 wanqoba amaNgisi eSandlwana.Le mpi yalwa ngomhlaka
Kudutshulwe kwabulawa amabili enkantolo
Kudutshulwe abantu abahlanu namuhla emini enkantolo yase Booysens.Ngeshwa ababili basale enkundleni,abathathu baphuthunyiswa esibhedlela ngamanxeba okudutshulwa.Kuthiwa
Usekhalelwa ngamasongo kaSgonyela umshayeli weKhwantamu elibulale abafundi eVaal
Useboshiwe umshayeli weKhwantamu elibandakanyeke engozini enyantisa igazi eyenzeke eVaal izolo ekuseni.Leli Khwantamu belilayishe izingane ebeziya
Sesenyukele ku13 isibalo sabafundi abashone engozini yaseVaal
Sesenyuke saya ku13 isibalo sabafundi abashonele engozini yomgwaqo ebandakanye iKhwantamu ababekade behamba ngalo kanye
Sekuphunywe inqina yokucinga uMMC waseKurhuleni odukele kwelaseMozambique
Kubikwa ukuthi uHulumeni waseNingizimu Afrika usuthumele ithimba labatshuzi ukuyocinga uMnu Andile Mngwevu ezweni laseMozambique.UMngwevu unguMMC