Iqembu lebhola laseNgilandi iManchester United selixoshe umqeqeshi walo uRuben Amorim kulandela ukungahambi kahle kwemiphumela.UAmorim ongowudabuka
Author: Intatheli yeSicelankobe
Ukhonjwa kwiSekhukhune United uMojela
Umgadli weStellenbonsch FC uLehlohonolo Bradley Mojela ukhonjwa kwiSekhukhune United.Kubikwa ukuthi iqembu leSekhukhune elicijwa uEric Tinckler
IBafana izobhekana neCameroon koweLast 16
Sezeqhathiwe ezizodlala esigabeni seLast 16 emqhudelwaneni weAfcon oqhubeka eMorocco.IBafana Bafana izobhekana nezwe laseCameroon ngeSonto ebusuku
Sesibanjiwe isigebengu esibonakale kwiVido sihlwitha iFoni kowesifazane ePitoli
Sesibanjiwe isigebengu esicashunwe kwiVido sihlwitha ucingo lukaMakhalekhukhwini kowesifazane obenyuka izitebhisi eya endaweni yokudlela eBrooklyn Mall
IDurban City igaqele umdlali othwelwe ngeQoma eZimbabwe
Iqembu le Durban City ligaqele umdlali waseZimbabwe othwelwe ngeQoma kwelakubo,kuthiwa lo mdlali ongumgadli akaliboni ipali.Nguyena
Kuboshwe abayishumi nanye(11)mayelana nelokubulala ishumi labantu eBekkersdal
Kuboshwe abayishumi nanye(11)mayelana nesibhicongo sangesonto eledlule lapho kwadutshulwa kwabulawa abantu abayishumi kwalimala abayisishiyagalolunye(9).Kuleli shumi labashona
Kuvalwe iRazzmatazz,indawo yobumnandi edumile eHillbrow
Kuvalwe indawo yokucima okuma edume kakhulu endaweni yaseHillbrow,le ndawo ibizwa ngokuthi yiRazzmatazz,ivalwe ezintatha zanamuhla.UDokotela uMgcini
Wenqatshelwe ibheyili uMrepha uShebeshxt
Uzowudlela ejele ukhisimusi uMrepha waseLimpopo kulandela ukwenqatshelwa kwakhe ibheyili yinkantolo yasePolokwane ebiholwa yiMantshi uMnu Godfrey
Kudutshulwe kwabulawa uMsakazi odumile
Sekudutshulwe kwabulawa uDJ Warras namuhla emini.UDJ Warras ogama lakhe langempela linguWarrick Stock,udutshulwe wabulawa namuhla emini
Kuphela iminyaka eyi187 kwalwa impi yaseNcome
Namuhla kuphela iminyaka eyi187 kwalwa impi yaseNcome,eyayiphakathi kukaZulu kanye namaBhunu.Ngaleso sikhathi iNgonyama eyayibusa kwaZulu kwakuyiNgonyama