Asezoba mahlanu amaqembu akwaZulu Natal kwiBetway Premier League kulandela ukukhushulwa kweMilford FC yaseMhlathuze edle umhlanganiso
Category: Ibhola
Inkakha yeChelsea ibabaza ikhono likaMbokazi
Owabe eyiSitobha seChelsea kanye neNgilandi uJohn Terry usechome uPhaphe lweGwalagwala umdlali wakuleli uMbekezeli Mbokazi naye
U-Eden MacCarthy usejoyine iqembu laseEurope elizodlala kwi UEFA Champions League
Injabulo yodwa kwiSitobha seqembu le Kaizer Chiefs uEden MacCarthy osejoyine iqembu lase Azerbaijan i- Sabah
ILigi yaseNgilandi iqinisa isandla kubadlali abamosha isikhathi
Namuhla iLigi yaseNgilandi eyaziwa ngokuthi yiEnglish Premier League yethule imithetho emisha ebekelwe ukujezisa abadlali abamosha
Akasenalo iqembu uLucas Ribeiro
Umdlai waseBrazil onekhono eliyisimanga akasenalo iqembu kulandela ukudedelwa kwakhe yiqembu abekade elidlalela iCulrural Leonesa yaseSpain
Imibhiyozo kukhushulwa iqembu lowayedlalela iKaizer Chiefs
Kuqhume emikhulu imibhiyozo ngenkathi iHope FC yaseKapa ikhushulelwa esigabeni sesibili sebhola laseMzansi esibizwa ngokuthi i-Motsepe
Ukhonjwa kwiDurban City osandwa kulaxazwa iChiefs
Ngokusho kweNtatheli uMthoko Dude weFar Post uthi uKhalil Ben Youssef useseMome ekutheni aqashwe yiqembu
Isithole uMqeqeshi omusha iLiverpool
Sekunjalo balandeli beqembu leLiverpool,sekuye ngamagama eNkehli.Njengokusho kwabezindaba,iqembu lenu selisayine uAndoni Iraola njengoMqeqeshi omusha.U-Iraola usayine
Owabiza iKaizer Chiefs ngoLamthuthu usezithole engasenalo iqembu
Iqembu le Orlando Pirates selinqume ukungayivuseleli inkontileka ka Sipho Mbule.Lo mdlali wazidalela isigcwagcwa kubalandeli beKaizer
Uzogabisa ngezithende uEden McCarthy kwiKaizer Chiefs
Kubikwa ukuthi uEden McCarthy oyisitobha seKaizer Chiefs usethengwe yiqembu laseAzerbaijan elidlala kwiLigi yakhona enkulu,kanti likhwalifayile