AbaPhoyisa aseNgilandi athungatha uNdodana Mkhanyisi Tshuma(45) osolwa ngokuba nesandla ekubulaweni kwamaLungu omndeni wakhe amathathu.OkunguMkakhe
Category: Izindaba zomphakathi
Kuboshwe inqwaba yoZamazama eGoli
Kuboshwe oZamazama abangele kuka 15O.Uma kukhulunywa ngoZamazama kusuke kukhulunywa ngabantu abemba iGolide ngokungemthetho.Kuthiwa amaSotsha akuleli
Namuhla kuphela iminyaka eyi147 amaNgisi ashisa isigodlo sakithi oNdini
Namuhla kuphela iminyaka engama147 kwasha uNdi lwakithi lushiswa ngamaNgisi.Lwashiswa ngalo lolu suku lwanamuhla umhlaka 4
Bavelile abasolwa beSibhicongo saseMijondolo yaseJumpers
Bavelile namuhla enkantolo yeMantshi yaseGoli abasolwa abathathu abasolwa ngokudubula babulale abantu abayi13 eMijondolo yaseJumpers
Ziyayishuka iMbodla kumfoka Matlala
Alini liyayidliva kuVusi Cat Matlala osezikhindini ngecala lokuzama ukusoconga owabe eyintombi yakhe uTebogo Thobejane.UMatlala ubuye
Usekhonjwe indlela owabe eyiSinqandamathe sikaMatlala
Kubikwa ukuthi uBrigadier Rachel Matjeng usexoshiwe emsebenzini wakhe wabakwaSidlodlo(SAPS).UMatjeng ungomunye wamaPhoyisa ayi12 okuthiwa athinteka kwiNkohlakalo.Kuthiwa
Namuhla wusuku lokugcina lwemidlalo athandwayo kwiETV ,iScandal neHouse of Zwide
Izodlala okokugcina ngci namuhla imidlalo kaETV iHouse of Zwide kanye neScandal.Izikhala zayo zizovalwa imidlalo emisha
Iqembu leDA selikhiphe umklomelo kaR50K kwelokubulawa kweLungu lalo
Iqembu le DA selikhiphe umklomelo kaR5OK eliyoklomelisa ngawo lowo ongahle aveze ulwazi oluyoholela amaPhoyisa ekuboshweni
Isililo kubulawa ngesihluku abantu eCleveland eGoli
Abantu abaseMijondolo yase Jumpers Informal SettlementĀ ngaseCleveland eGoli basathukile namanje kulandela ukubulawa kwabantu abayishuminambili(12) izolo
Namuhla kuphela iminyaka engama120 kwalwa iMpi yaseMome
Nina beSilo namuhla kuphela iminyaka engama 120 kwalwa impi yaseMome eyayiphakathi kukaZulu namaNgisi, eyalwa mhlaka