Seligqabukile igoda phakathi koMculi wasePitoli uDr Malinga kanye noMdansi owaziwa ngelikaTsekeleke naye ongowokudabuka khona ePitoli.
Year: 2024
Ingebhe kweqa iziboshwa eziyingozi eJele laseMozambikwe.
I-Afrika eseNingizimu ihlalele ovalweni kulandela ukweqa kweziboshwa eziyingozi kwelinye lamaJele aseMozambikwe. Kubikwa ukuthi zingama6 000 iziboshwa
I-Richards Bay FC isisayinise umdali waseKenya
Iqembu leBhola iRichards Bay FC selisayinise umdlali waseKenya u-Vincent Oburu . Lo mdlali ongumgadli wasezinhlangothini
Kubanjwe oZamazama neziBhamu zamaPhoyisa
Kubikwa ukuthi kubanjwe oZamazama abayishumi nesishiyagalo lunye (19) eMayini yaseBaberton engasasebenzi , esifundazweni saseMpumalanga. Lokhu
Asephenduke amaZimuzimu amaZamazama abaqhinqe emgodini weMayini iBuffelsfonten
Kubikwa ukuthi indlala isibhoke kakhulu koZamazama abaqhinqe emgodini wemayini i-Buffelsfontein kangongokuthi sebeqale ukudlana bodwa .
Ucela iNkongozelo uDoc Shebeleza
INgqalabutho yomculo weKwaito uDoc Shebeleza ucela iNkongozelo kubantu baseNingizimu Afrika njengoba ebekade elaliswe eSibhedlela eyohlinzwa,
UNgqongqoshe wezokuthutha ukhathazekile ngokuqonga mawala kwesibalo sabashona ezingozini zemigwaqo .
UNgqongqoshe wezokuthutha uNkosikazi Babra Creecy uthi ukhathezeke kakhulu ngokuqonga mawala kwesibalo sabashoba ezingozini zemigwaqo kulamaHolidi
Uzofihlwa ngoMsombuluko uNontobeko Cele obulawe ngowayeyiSithandwa sakhe
Uzofihlwa ngoMsombuluko uNontobeko Cele (25) obulawe ngowayethandana naye. Lo mbiko udalule uMndeni wakhe okhulume nabezindaba
Uzikhungile obulale owabe eyintombi yakhe
AmaPhoyisa aseKwaZulu Natal asekuqinisekisile ukuthi uSibusiso Lawrence Ntaka obonakale kwiVido ezinkundleni zokuxhumana ekhuluma ngokubulala owabe
UZuma uthi i-ANC yamxosha ngenkathi ethi uzama ukuphucula impilo yabansundu
NgeSonto eledlule mhlaka 15 kuZibandlela (Disemba) iNhlangano yoMkhonto weSizwe ibikade igubha unyaka owodwa yasungulwa .Izinkumbi