Iqembu le Kaizer Chiefs selimemezele uFernando Da Cruz njengoMqeqeshi walo omusha.Besekukuningi kakhulu ukuqagela mayelana nozobamba
Month: June 2026
UNabi usethole umsebenzi eMorocco
UNasreddine Nabi owake wacija iqembu le Kaizer Chiefs usezitholele umsebenzi kwiRaja Casablanca yaseMorocco ebuye yaziwe
Asezoba mahlanu amaqembu aseKZN kwiBetway Premier League
Asezoba mahlanu amaqembu akwaZulu Natal kwiBetway Premier League kulandela ukukhushulwa kweMilford FC yaseMhlathuze edle umhlanganiso
Inkakha yeChelsea ibabaza ikhono likaMbokazi
Owabe eyiSitobha seChelsea kanye neNgilandi uJohn Terry usechome uPhaphe lweGwalagwala umdlali wakuleli uMbekezeli Mbokazi naye
Isililo kubulawa ngesihluku abantu eCleveland eGoli
Abantu abaseMijondolo yase Jumpers Informal Settlement ngaseCleveland eGoli basathukile namanje kulandela ukubulawa kwabantu abayishuminambili(12) izolo
Namuhla kuphela iminyaka engama120 kwalwa iMpi yaseMome
Nina beSilo namuhla kuphela iminyaka engama 120 kwalwa impi yaseMome eyayiphakathi kukaZulu namaNgisi, eyalwa mhlaka
U-Eden MacCarthy usejoyine iqembu laseEurope elizodlala kwi UEFA Champions League
Injabulo yodwa kwiSitobha seqembu le Kaizer Chiefs uEden MacCarthy osejoyine iqembu lase Azerbaijan i- Sabah
ILigi yaseNgilandi iqinisa isandla kubadlali abamosha isikhathi
Namuhla iLigi yaseNgilandi eyaziwa ngokuthi yiEnglish Premier League yethule imithetho emisha ebekelwe ukujezisa abadlali abamosha
Akasenalo iqembu uLucas Ribeiro
Umdlai waseBrazil onekhono eliyisimanga akasenalo iqembu kulandela ukudedelwa kwakhe yiqembu abekade elidlalela iCulrural Leonesa yaseSpain
Imibhiyozo kukhushulwa iqembu lowayedlalela iKaizer Chiefs
Kuqhume emikhulu imibhiyozo ngenkathi iHope FC yaseKapa ikhushulelwa esigabeni sesibili sebhola laseMzansi esibizwa ngokuthi i-Motsepe