UNgqongqoshe wezimali ezweni laseZimbabwe uMnu uMthuli Ncube uthi ama-Punter kufanele akhokhe u10% wemali asuke eyiwine
Author: Intatheli yeSicelankobe
Usezocija i-Leicester City uVan Nistelrooy
Iqembu leBhola likaNobhutshuzwayo laseNgilandi iLeicester City selimemezele ukuthi uRuud van Nistelrooy usezocija leli qembu elidlala
IBhantshi seligcwale umoya ku-Truter.
Kubikwa ukuthi seligqabukile igoda phakathi kuka-Brandon Truter kanye neqembu abekade elicija , i-Richards Bay FC
Alini liyayidliva kuMaMkhize.
Kubikwa ukuthi izolo mhlaka 26 kuLwezi kugaseleke ithimba lakwaSARS eMzini kaNkosazana Shawn Mkhize ose-La Lucia
Umunyu kudlula emhlabeni uBaba uLucas “Masterpieces” Moripe.
Umunyu kubalandeli bebhola lika Nobhutshuzwayo kulandela ukwedlula emhlabeni kukaBaba uLucas Moripe owayedume ngelika Masterpieces ngezikhathi
Kulindeke ukuba kwethulwe uMnu Mcebo Mkhize njengeMeya entsha yaseDundee.
Kulindeleke ukuba kwethulwe uMnu Mcebo Andrew Mkhize njengeMeya entsha kaMaspala waseDundee. UMnu Mkhize uyinsizwa esencane
Asamisizwe amaBhasi e-Rea Vaya eSoweto
Asamisiwe amaBhasi e-Rea Vaya eSoweto okwamanje. Lokhu kulandela uMbhikisho waBashayeli bamaTekisi ababekade bebhikisha izolo ngaphandle
Udedelwe ngeBheyili umdlali weSekhukhune United
Udedelwe ngeBheyili u-Shaune Mogaila ongumdlali weBhola likaNobhutshuzwayo odlalela iqembu iSekhukhune United obeboshwe izolo ngemuva kokuzinikela
Kulindeleke ukuba i-Kaizer Chiefs ibuyise iziNduku emdlalweni wayo wakusasa kusihlwa.
Kulindeleke ukuba i-Kaizer Chiefs ibuyise iziNduku kwiMamelodi Sundowns emdlalweni weCarling Black Label Quarter Finals kusasa
Usekhonjwe indlela uMqeqeshi weManchester United
Iqembu leBhola likaNobhutshuzwayo laseNgilandi iManchester United selimemezele ukuthi selehlukene noMqeqeshi walo u-Erik ten Hag