Kubikwa ukuthi kubanjwe oZamazama abayishumi nesishiyagalo lunye (19) eMayini yaseBaberton engasasebenzi , esifundazweni saseMpumalanga. Lokhu
Author: Intatheli yeSicelankobe
Asephenduke amaZimuzimu amaZamazama abaqhinqe emgodini weMayini iBuffelsfonten
Kubikwa ukuthi indlala isibhoke kakhulu koZamazama abaqhinqe emgodini wemayini i-Buffelsfontein kangongokuthi sebeqale ukudlana bodwa .
Ucela iNkongozelo uDoc Shebeleza
INgqalabutho yomculo weKwaito uDoc Shebeleza ucela iNkongozelo kubantu baseNingizimu Afrika njengoba ebekade elaliswe eSibhedlela eyohlinzwa,
UNgqongqoshe wezokuthutha ukhathazekile ngokuqonga mawala kwesibalo sabashona ezingozini zemigwaqo .
UNgqongqoshe wezokuthutha uNkosikazi Babra Creecy uthi ukhathezeke kakhulu ngokuqonga mawala kwesibalo sabashoba ezingozini zemigwaqo kulamaHolidi
Uzofihlwa ngoMsombuluko uNontobeko Cele obulawe ngowayeyiSithandwa sakhe
Uzofihlwa ngoMsombuluko uNontobeko Cele (25) obulawe ngowayethandana naye. Lo mbiko udalule uMndeni wakhe okhulume nabezindaba
Uzikhungile obulale owabe eyintombi yakhe
AmaPhoyisa aseKwaZulu Natal asekuqinisekisile ukuthi uSibusiso Lawrence Ntaka obonakale kwiVido ezinkundleni zokuxhumana ekhuluma ngokubulala owabe
UZuma uthi i-ANC yamxosha ngenkathi ethi uzama ukuphucula impilo yabansundu
NgeSonto eledlule mhlaka 15 kuZibandlela (Disemba) iNhlangano yoMkhonto weSizwe ibikade igubha unyaka owodwa yasungulwa .Izinkumbi
Umhlaka 16 kuZibandlela , usuku okwalwa ngalo iMpi yaseNcome .
Namuhla kugutshwa usuku okwalwa ngalo iMpi yaseNcome , okuyimpi eyalwa ngomhlaka 16 Zibandlela (Disemba)1838 .
UMngqithi uyayichitha eyokugaqelwa yi-Chiefs
UManqoba Mngqithi obekade enguMqeqeshi weqembu le Mamelodi Sundowns uyawachitha amahlebezi athi wayefunwa yiqembu laseSoweto i-Kaizer
Ugcine egwetshiwe owesifazane owachatha waphinde washisa owabe eyiSoka lakhe nge-Acid
Ugcine egwetshiwe owesifazane uLethiwe Princess Mthimkhulu owachatha waphinde washisa owabe eyiSoka lakhe nge-Acid uPhakamani Sibiya.