Ngokusho kwabezindaba kubikwa ukuthi uPitso Mosimane nguyena ozothatha izintambo kwesokucija iBafana Bafana uma uHugo Broos
Category: Ezixubile
IMexico ibe eyokuqala ukwedlulela esigabeni esilandelayo eMqhudelwaneni weyomhlaba
Izwe laseMexico libe yizwe lokuqala ukwedlulela phambili eMqhudelwaneni weNdebe yomhlaba.Lo Mqhudelwano udlalelwa emazweni amathathu okuyiyona
Sekuphelile ukuqagela mayelana nozocija iKaizer Chiefs
Iqembu le Kaizer Chiefs selimemezele uFernando Da Cruz njengoMqeqeshi walo omusha.Besekukuningi kakhulu ukuqagela mayelana nozobamba
UNabi usethole umsebenzi eMorocco
UNasreddine Nabi owake wacija iqembu le Kaizer Chiefs usezitholele umsebenzi kwiRaja Casablanca yaseMorocco ebuye yaziwe
Asezoba mahlanu amaqembu aseKZN kwiBetway Premier League
Asezoba mahlanu amaqembu akwaZulu Natal kwiBetway Premier League kulandela ukukhushulwa kweMilford FC yaseMhlathuze edle umhlanganiso
Inkakha yeChelsea ibabaza ikhono likaMbokazi
Owabe eyiSitobha seChelsea kanye neNgilandi uJohn Terry usechome uPhaphe lweGwalagwala umdlali wakuleli uMbekezeli Mbokazi naye
Isililo kubulawa ngesihluku abantu eCleveland eGoli
Abantu abaseMijondolo yase Jumpers Informal Settlement ngaseCleveland eGoli basathukile namanje kulandela ukubulawa kwabantu abayishuminambili(12) izolo
Namuhla kuphela iminyaka engama120 kwalwa iMpi yaseMome
Nina beSilo namuhla kuphela iminyaka engama 120 kwalwa impi yaseMome eyayiphakathi kukaZulu namaNgisi, eyalwa mhlaka
U-Eden MacCarthy usejoyine iqembu laseEurope elizodlala kwi UEFA Champions League
Injabulo yodwa kwiSitobha seqembu le Kaizer Chiefs uEden MacCarthy osejoyine iqembu lase Azerbaijan i- Sabah
ILigi yaseNgilandi iqinisa isandla kubadlali abamosha isikhathi
Namuhla iLigi yaseNgilandi eyaziwa ngokuthi yiEnglish Premier League yethule imithetho emisha ebekelwe ukujezisa abadlali abamosha