UThandi Ntuli oyintombazane eneminyaka eyisishiyagalo lunye(19)uthembisa lukhulu kumaKrestu akhonze iNgqephu.UThandi uneBrand(uphwu lwempahla)yakhe ebizwa ngokuthi uJesuslvsU
Year: 2025
Abameli bakaSiya Mhlongo bathi alichithwe icala lakhe
Ubevele enkantolo kaMantshi yaseThekwini namuhla uSiya Mhlongo(42) owethweswa icala lokushaya ngenhloso yokulimaza.Lona owabe enguMsakazi woKhozi
Umnyango wezamaJele uphika eyokukhulelwa kukaDr Nandipha Magudumana
Umnyango wezamaJele uthi ayimbudane abahlezi athi uDokotela uNandipha Magudumana ukhulelwe.Ukusho lokhu kulandela izindaba ezisabalele ezinkundleni
Ulale esengumdlali weLiverpool u-Isak
U-Alexander Isak ulale esengumdlali weLiverpool FC kulandela ukuthengwa kwakhe yileli qembu ngemali ewu125million oPondo baseBhilithane
Ucela indlela uRibeiro
Esivuke ngazo namuhla zithi umgadli weqembu le Mamelodi Sundowns FC uLucas Costa Ribeiro(26)cela ukuthi iqembu
OwaseUganda ukhale wemuka noR100K wentombi yakhe
Ukhala uyazithulisa owesifazane waseVaal kulandelwa ukuqolwa kwakhe imali ewuR100 000 yisoka lakhe ahlangana nalo kuFacebook
Kukhonjwa isifo sikashukela ngokushona kukaNdoro
Bafe olwembiza abalandeli bebhola ngokudlula emhlabeni kukaTendai Ndoro owaduma kakhulu kwiOrlando Pirates ngonyaka ka 2015
Ulaxaze isicelo sebheyili owagwaza wabulala inkosikazi kaMmeli wakhe
Owabe eyiPhoyisa likaMaspala weTheku Qiniso Sishi(41)ulaxaze isicelo sakhe sebheyili namuhla njengoba ubevele enkantolo iDurban Magistrates
Ukhihle esikaNandi uMapisa-Nqakula enkantolo
Uhluleke ukuzibamba uNosiviwe Mapisa-Nqakula wakhihla eseNdlovukazi yaseMkhindini ngenkathi kuqulwa icala lakhe le nkohlakalo namuhla enkantolo
Usagcwele amathafa obulale amaPhoyisa
Kufunwa uthuli owaseZimbabwe obulale amaPhoyisa amabili endaweni yaseRoodepoort izolo ngoLwesihlanu.Kubikwa ukuthi uJabulani Thabang Moyo(osesithombeni)ubekade