Isangoma esidume kakhulu ezinkundleni zokuxhumana esaziwa ngelikaGogo Skhotheni simangaze abaningi ngenkathi simemezela ukuthi siyabuyeka ubungoma.Lesi
Author: Intatheli yeSicelankobe
Agcine egwetshiwe amaPhoyisa ashaya isiboshwa saze safa
AmaPhoyisa aseFreestate ePhuthadijhaba agwetshwe uDilikajele ngelekushaya isiboshwa size sife.Lokhu kwenzeka ngo2022 mhlaka 21 Meyi.Amagama alamaPhoyisa
Ugqunywe esitokisini owaseTophiya ngelokudlwengula ingane
Umphakathi waseHendrina eMpumalanga uwotha ubomvu kulandela ukudlwengulwa kwengane yentombazane eneminyaka eyisithupha idlwengulwa yindoda engeyokufika kuleli,eluqhamukisa
Uzogabisa ngezithende uMqeqeshi wezikaMagebhula ekupheleni kweSizini
Iqembu leBhola iOrlando Pirates selikhiphe iStatimende libika ukuthi uMqeqeshi walo uJose Riveiro ngeke ayivuselele
Umklomelo kaR50 000 koyolekelela ekutholakaleni kwezithandani ezidukile
Umphakathi waseMamelodi eTshwane uzobamba umkhuleko lapho kuzobe kucelwa kuMninimandlawonke ukuba engenelele kutholakala izithandani izidukile.Laba ababili
Umfundisi waseNigeria udle umhlanganiso kuwo wonke amacala ayebekwe wona
Umfundisi waseNigeria ozinze kuleli uTimothy Omotoso udle umhlanganiso kuwo wonke amacala ayebekwe wona yena namaLunga
AmaPhoyisa aseLimpopo athungatha uThisha osolwa ngokudlwengula umfundi
Kubikwa ukuthi amaPhoyisa aseLimpopo aphume inqina yokufuna uThisha osolwa ngokudlwengula ingane yentombazane eneminyaka engu-13 kusukela
Ohlabane kwiBig Brother Mzansi uzokwemukelwa ngeNdumezulu yomcimbi ngakubo
UAkhonamathemba Mbele owaziwa kakhulu ngelikaSweet Guluva uzokwemukelwa ngeNdumezulu yomcimbi ngakubo kwelaseNquthu kulandela ukuhlabana kwakhe kwiBig
Sigcine sidaluliwe isizathu sokubhutsha kokuthengwa kweRoyal AM
Izolo ngoLwesine mhlaka 27 kuNdasa(March)kusabalale imibiko ebithi uSomabhizinisi waseThekwini uMnu Chockalingam Roy Moodley usethenge iqembu
Kubikwa ukuthi uSomabhizinisi waseThekwini usethenge iqembu leRoyal AM
Ngokwemibiko yabezindaba kubikwa ukuthi uSomabhizinisi waseThekwini uChockalingam Roy Moodley usethenge iqembu lebhola laseMgungundlovu iRoyal AM.Leli