Abasolwa ababili obekuthiwa bayathinteka ecaleni lokubulala ngesihluku nokushisa aBaqaphi boMphakathi eMjondolo yaseMarry Me eSoshanguve eTswane
Author: Intatheli yeSicelankobe
UKhomishana wamaPhoyisa uthi azoyikhotha yomile amaPhoyisa aqhuba inkohlakalo
UKhomishana wamaPhoyisa esifundazweni saseGauteng uJenene Timothy Mthombeni ukhwele wadilika emaPhoyiseni akhohlakele wathi azoyikhotha imbenge yomile.Uthi
Emdlalweni wakhe wokuqala uMcCarthy ubuye nephuzu ekuhambeni
Izolo ngoLwesine iqembu lesizwe laseKenya elicijwa uBenni MacCarthy litholene phezulu neqembu laseGambia khona lena kwelaseGambia.Le
ISupersport United isikuqinisekisile ukuhamba kukaHunt
Iqembu leBhola lasePitoli iSupersport United selikuqinisekisile ukugcwala umoya kweBhantshi likaGavin Hunt,obenguMqeqeshi waleli qembu.Namuhla leli qembu
EzikaBenni MacCarthy zizodlala neGambia kanye neGabon
Njengoba seliqalile iKhefu leFIFA kusasa iqembu lesizwe laseKenya elaziwa kakhulu ngokuthi yiHarambe Stars lizozwana amandla
Kuboshwe indoda ebanjwe noR1.2million ngaphansi koMbhede
Ziyikhalele indoda yaseTonga eduze naseKomatipoort eMpumalanga ebanjwe ithukuse izindodla zemali ngaphansi koMbhede.Ngokombiko wamaPhoyisa kuthiwa amaPhoyiswa
Uya oKhozini kuSigiya ngeNgoma uVusizwe Langa
Amabombo uwasingise oKhozini uVusizwe Langa kuSigiya ngeNgoma uyovala isikhala sikaTshatha Ngobe.NgoMsumbuluko ekuseni abaphathi boKhozi bamemezele
IFIFA iyalele iNgezi Platnum Stars ukuba ikhokhele uBenjani isizumbulu semali
Kubikwa ukuthi inhlangano yeBhola lezinyawo iFIFA isiyalele iqembu leBhola laseZimbabwe iNgezi Platnum Stars ukuba ikhokhele
IMelika isixoshe iNxusa laseNingizimu Afrika kuleliya Zwe
UNobhala weZwe laseMelika uMarco Rubio useyalele iNxusa laseNingizimu Afrika eMelika uEbrahim Rasool ukuba aqoqe imigodla
Igwetshwe uDilika Jele indoda yaseVenda eyadubula yabulala inqwaba yamalungu omndeni
Ugwetshwe uDilika Jele neminyaka eyi90 ngaphezulu uEnock Ndou owadubula wabulala amalungu omndeni wakwaNdou ayisikhombisa {7}kuhlanganisa