Usaboshiwe umculi weKwaito uSipho Ndlovu(43) owaziwa kakhulu ngelikaBrickz.Ezinsukwini ezedlule kuke kwasabalala izindaba ezithi lo
Author: Intatheli yeSicelankobe
Sikhonjwe indlela isikhulu seSiwelele FC
UCalvin le John owuShameni weqembu le Siwelele FC usexoshe uStan Matthews obeyiCEO yaleli qembu.Akagcinanga
Silindwe ngabomvu isitatimende seKaizer Chiefs mayelana nokuxoshwa kukaNabi
Kusacwebe iziziba eNaturena mayelana nokukhonjwa indlela koMqeqeshi waleli qembu uNasreddine Nabi njengoba izolo silale ngezithi
Intombazane yaseKagiso ithembisa lukhulu kumaKrestu athanda iNgqephu
UThandi Ntuli oyintombazane eneminyaka eyisishiyagalo lunye(19)uthembisa lukhulu kumaKrestu akhonze iNgqephu.UThandi uneBrand(uphwu lwempahla)yakhe ebizwa ngokuthi uJesuslvsU
Abameli bakaSiya Mhlongo bathi alichithwe icala lakhe
Ubevele enkantolo kaMantshi yaseThekwini namuhla uSiya Mhlongo(42) owethweswa icala lokushaya ngenhloso yokulimaza.Lona owabe enguMsakazi woKhozi
Umnyango wezamaJele uphika eyokukhulelwa kukaDr Nandipha Magudumana
Umnyango wezamaJele uthi ayimbudane abahlezi athi uDokotela uNandipha Magudumana ukhulelwe.Ukusho lokhu kulandela izindaba ezisabalele ezinkundleni
Ulale esengumdlali weLiverpool u-Isak
U-Alexander Isak ulale esengumdlali weLiverpool FC kulandela ukuthengwa kwakhe yileli qembu ngemali ewu125million oPondo baseBhilithane
Ucela indlela uRibeiro
Esivuke ngazo namuhla zithi umgadli weqembu le Mamelodi Sundowns FC uLucas Costa Ribeiro(26)cela ukuthi iqembu
OwaseUganda ukhale wemuka noR100K wentombi yakhe
Ukhala uyazithulisa owesifazane waseVaal kulandelwa ukuqolwa kwakhe imali ewuR100 000 yisoka lakhe ahlangana nalo kuFacebook
Kukhonjwa isifo sikashukela ngokushona kukaNdoro
Bafe olwembiza abalandeli bebhola ngokudlula emhlabeni kukaTendai Ndoro owaduma kakhulu kwiOrlando Pirates ngonyaka ka 2015