Iqembu lesizwe laseNigeria elidume ngeleSuper Eagles lithole ithuba lesibili lokuya kuMqhudelwano wamazwe omhlaba webhola likaNobhutshuzwayo
Category: Ibhola
IMpofu eqoqweni elilukhuni kweyeCAF
Sekuphelile ukuqagela,iCAF isiwaqhathile amaqembu azobhekana emaqoqweni amane(4)emidlalo yeCAF Confederation Cup(CAFCC).Iqembu leKaizer Chiefs likuD,kanti elinye iqembu
USuthu selusayine abadlali ababili baseZimabwe
Izolo besibike ukuthi iqembu lebhola i-Amazulu FC lisayine umgadli waseZimbabwe uTakunda Benhura elimsayine kwiNgezi Platnum
UBaxter noMosimane kwesokuqeqesha iZimbabwe
Abaqeqeshi bebhola asebeqine ukhakhayi oStuart Baxter kanye noPitso Mosimane kuthiwa bangabanye babaqeqeshi abahamba phambili
USuthu selusayine omunye umdlali waseZimbabwe
Ezivela ngaphesheya kweNgulukudela(Limpopo River) zithi iqembu laMaZulu FC selisayine omunye umdlali waseZimbabwe Takunda Benhura(24)ongumgadali weqembu
Ukhonjwa kwiChippa uKanu
Umqeqeshi osemncane uVusumuzi ‘Kanu’Vilakazi ukhonjwa kwiChippa United okungayihambeli kahle neze kulezi nsuku.IChippa ihlezi emsileni weLigi
Usekhonjwe indlela uFohloza
Iqembu lebhola laseTanzania iYoung Africans SC selixoshe umqeqeshi walo uRoman Folz owaziwa kakhulu kuleli
UMahluleli weSAFA usekhulule oBaarman ukuba badlalele iChiefs
UMahluleli wenhlangano yebhola eMzansi(iSAFA)uHilton Epstein usekhulule ubadlali abasayinwa yiqembu le Kaizer Chiefs eqenjini le Cape
IBafana Bafana izokwephucwa amaphuzu
Inhlangano eyengamele ibhola likaNobhutshuzwayo emhlabeni wonke jikelele isisikhiphile isinqumo mayelana nodaba lokudlaliswa komdlali uTebogo Mokoena
Injabulo iDurban City ithola abaxhasi
Iyachichima injabulo kumphathi uFarook Kadodia kulandela ukuthola kweqembu lakhe abaxhasi okuyiJohnson Workwear inkampani ekhiqiza impahla