AmaPhoyisa aseKurhuleni eGoli asebophe umsolwa oneminyaka eyi40 mayelana necala lokubulala uMpho Mafole owayenguMcwaningimabhuku waseKurhuleni(Auditor).Kusenjalo
Category: Izindaba zomphakathi
Angimazi uVusumuzi Matlala-Mchunu
UNgqongqoshe wamaPhoyisa uphike walala ngomhlane ukuthi uyazana noVusumuzi ‘Cat’ Matlala oyamaniswa nobugebengu obesezingeni eliphezulu obubandakanya
Kuphela iminyaka eyi146 kwashiswa isigodlo sasoNdini
Nina bakaHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe uMantshonga benoGqelebane.IGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde
Kuboshwe uMfundisi ngelokubulala uMlamu
AmaPhoyisa aseMother aseMotherwell eEastern Cape abophe uMfundisi ogama lakhe linguSonwabo Mqayi(39)ngecala lokubulala kanye nelokuthumba uMlamu
Sekudutshulwe kwabulawa uMnini Spaza kudunwa imoto yakhe eDuduza
Kudutshulwe kwabaulawa uMnini Spaza(45)endaweni yaseDuduza ngaseZimu Section.Le ndoda engeyokudabuka kwelaseMozambikwe kuthiwa ibikade ilethele indodana yayo
Utholakale ephila uKamogelo obethunjiwe
Uphindele kuNina ephila umfana waseBloemfontein uKamogelo Baukudi(19)owathunjwa mhlaka 5 Juni ngabantu abababili ababezenza amaPhoyisa.Lo mfana
UMalema nesethembiso sokuxhasa abashonelwe ngemizi
Namuhla bekufihlwa abalandeli beqembu leEFF abayishumi abashona engozini yomgwaqo ngesonto eledlule.Umngcwabo wabo ubuhanjelwe ngamaqembu ezePolitiki
Ligqabuke ngempela igoda phakathi kukaShivambo neMK Party
Seligqabuke ngempela igoda phakathi kweMK Party noFloyd Nyiko Shivambu osanda kudilizwa yile nhlangano iMK Party
Ubhaxabule isoka ngoMshiza lashona
Kubikwa ukuthi sekuboshwe owesifazane obhonye isoka lakhe ngoMshiza ekhanda laze lafa.Lesi sigameko senzeke endaweni yaseSlastsha
Sekuboshwe uMy Friend ngelokubulala ingane
Sekuphinde kwaboshwa umsolwa wesibili ecaleni lokubulala ingane yentombazane yaseRoodepoort endaweni yaseDurban Deep uLikhona Fose oneminyaka