Iqembu lakuleli iMamelodi Sundowns FC libhaxabule iqembu laseMali iStade Malien ngamaGoalie amathathu eqandeni izolo kusihlwa.Lona
Indodana ka Mugabe ilaxaze isicelo sebheyili
Indodana yalowo owabe enguMongameli wezwe laseZimbabwe ogama layo linguBellarmine Chitunga Mugabe kanye nalowo eboshwe naye
Lihlehliselwe inyanga ezayo icala likaDludla
Ubevele kancane namuhla enkantolo yase Vanderbijlpark uAyanda Biggie Dludla owayeshayela iKhwantamu elabandakanyeka engozini enyantisayo eyabulala
Uzobhadlela insangu eJele owake wadlalela iKaizer Chiefs
AmaPhoyisa aseZimbabwe asekuqinisekisile ukuthi uBrian Abbas Amidu kanye nomngane wakhe uRueben Mhlanga bazodonsa iminyaka eyishumi
Kuthiwa indodakazi kaZuma yathola uR14million ngabaya eRussia
Namuhla emini kutheleke abantu abayi11 ababekade bevaleleke ezweni laseRussia.Laba bantu bafikele eKing Shaka eThekwini.Ngokusho kukaMkhulumeli
Izogqunywa esitokisini indodana ka Mgabe
Indodana ka Mgabe kanye nomzala wayo basazoke bethi ukuhlala esitokisini kulandelwa ukuhlehliswa kwecala labo namuhla
Sekuboshwe indodana kaMugabe ngelokuzama ukubulala
Isikhalelwe ngamaSongo kaSigonyela indodana yalowo owabe enguMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe.Igama lale ndodana nguChatunga Bellarmine
Izigebengu zikhale zemuka nesamba esingadalulwanga
Kusuke isidumo izolo endaweni yaseOld Geelhout Park eNorth West ngenkathi izigebengu ziphanga imoto yemali.Abazibonele bathi
Uyozama inhlanhla emaqenjini aseNgilandi umfana wakwaZulu-Natal
Umdlali webhola uKhulekani Nxumalo uyozama inhlanhla(trials) emaqenjeni amathathu aseNgilandi.Leli bhungu elineminyaka eyi18 lenza ezibukwayo kwiLigi
Useboshiwe umsolwa wesine kwelokubulala umshayeli weE-Hailing
Ezingena manje zithi usezinikele emaPhoyiseni umsolwa osolwa ngokubulala umshayeli we E-Hailing uIsaac Satlat owabulawa ngokweklinywa