Namuhla ngomhlaka 10 kuNdasa iBandla lakwaShembe lihlanganisa iminyaka engama115 laba khona.Leli Bandla lasungulwa ngowe 1910
Year: 2025
UArthur Mafokate uhluba udlubu ekhasini ngamahlebezi okuthandana noKelly Khumalo
INgqalabutho yomculo weKwaito uArthur Mafokate ucacisa ngezinsolo ezivela kubalandeli bomculo ezithi uthandana nomculi weAfro Pop
Zigwetshwe uDilika Jele izithandani ezabulala owesilisa ngoba zifuna ukuhlomula kuMshwalwensi wakhe
AbaShadikazi baseSoshanguve ePitoli uLerato noSibusiso Mahlangu bagwetshwe uDilika Jele ngecala lokubulala uSibusiso Sithebe owayekade enguMyeni
AbeDowns badle izicoco zabavelele beNyanga
UMqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso kanye noMgadli uLucas Ribeiro badle izicoco zabavelele beNyanga kaNhlolanga(February).IGoli likaRibeiro
Akasekho emhlabeni uThembisa Thwala wodumo lwengoma u-Don’t cry
Akasekho emhlabeni uThembisa Thwala owazakhela igama engomeni kaZola 7 esihloko sithi “Don’t cry”,usishiye ngoMgqibelo lona
Usethekile eKenya uBenni MacCarthy
Usethelekile kwelaseKenya uBenni MacCarthy njengoba kusasa kulindeleke ukuthi ethulwe njengoMqeqeshi umusha weqembu leSizwe.UMacCarthy uhlangatshezwe namuhla
UDJ Sbu usewulaxazile uMsakazo iRadio 2000
UMsakazi uSibusiso Leope owaziwa kakhulu ngelikaDJ Sbu umanagaze abaningi ememezela ukuthi uyashiya eMsakazweni iRadio 2000.
UMphathi weDurban City uthi iqembu lakhe ngeke libuyele eMgungundlovu
UFarouk Kadodia onguMphathi weqembu leDurban City uthi iqembu lakhe ngeke libuyele eMalizibhezi ngisho noma kungathiwa
Liphinde lahlehliswa icala lomdlali weSekhukhune United lokubalala ngokungenhloso
Uvele izolo ngoLwesibili eNkantolo yaseTembisa umdlali weSekhukhune United uShane Mogaila ngecala lokubulala ngokungenhloso. Leli cala
Usayiniswe yiqembu laseNgilandi umdlali owake wagijima kwezikaMagebhula
Umdlali waseZimbabwe uMarshal Munetsi owake wagijima kwiOrlando Pirates usethengwe yiWolves iqembu laseNgilandi elidlala kwiEnglish Premier