Kuboshwe abayisikhombisa ngecala lokubulala ngesihluku endaweni yaseBetterlife ngasePhillippi eKapa.Kuthiwa laba abayisikhombisa bagasele komunye wemizi yakule
Year: 2025
Ukhonjwa kwiChippa uKanu
Umqeqeshi osemncane uVusumuzi ‘Kanu’Vilakazi ukhonjwa kwiChippa United okungayihambeli kahle neze kulezi nsuku.IChippa ihlezi emsileni weLigi
Usekhonjwe indlela uFohloza
Iqembu lebhola laseTanzania iYoung Africans SC selixoshe umqeqeshi walo uRoman Folz owaziwa kakhulu kuleli
Beligcwele ngokweqile ibhasi elibulale abantu eLimpopo
Kubikwa ukuthi beligcwele ngokweqile ibhasi eliphenduke kuN1 izolo emini.Le ngozi yenzeke buqamama nedolobha iMakhado eLimpopo
Namuhla lithuba likaSibiya lokuziphendulela
ULieutenant General Shadrack Sibiya namuhla nakusasa uzothola ithuba lokuziphendulela kuzo zonke izinsolo asolwa kuzo okuhlanganiswa
Abomthetho bashaqe izinsizakusebenza emzini kaJenene Sibiya
EzikaDalawana zigasele emzini wephini likaNgqongqoshe wamaPhoyisa elisamisiwe uJenene Shadreck Sibiya zathatha izinsizakusebenza zakhe esingabala iLaptop
AbeSIU badle impahla yosolwa ngokutapa imali esibhedlela saseTembisa
AbeSpecial Investigation Unit (SIU) bagasele emzini walowo osolwa ngokuba yingxenye yabatapa uR2billion esibhedlela saseTembisa uHangwani
UMahluleli weSAFA usekhulule oBaarman ukuba badlalele iChiefs
UMahluleli wenhlangano yebhola eMzansi(iSAFA)uHilton Epstein usekhulule ubadlali abasayinwa yiqembu le Kaizer Chiefs eqenjini le Cape
Uboshelwe izidakamizwa owake wadlela iChiefs
AmaPhoyisa aseZimbabwe amemezele ukuthi abophe uBrian Abbas Amidu(35)kanye nomngane wakhe uReuben Kudzai Mhlanga(41)ababanjwe belayishe insangu
UBrown Mogotsi uthi useyilungu likaKhongolose
USomabhizinisi waseNorth West uBrown Mogotsi uthi useyilungu lenhlangano yeAnc ize uNobhala waleli qembu uFikile Mbalula