Isililo ezweni laseZimbabwe kulandela ukushona kwezikhulu ezintathu zeqembu le Highlanders FC elizinze kwaBulawayo eNingizimu yezwe
Category: Ibhola
IKaizer Chiefs isisayinise umdlali waseTanzania othwelwe ngeQoma
Ezingena manje zithi iqembu leKaizer Chiefs selisayinise uAdolf Mtasingwa Bitegeko umdlali waseTanzania odlala esizwini njengeDefensive
Zilokhu zikhale njalo izincingo kwiAgent kaMbokazi
I-Agent ka Mbekezeli Mbokazi uBasia Michaels uthi zilokhu zingene njalo izincingo ezivela emaqenjini amakhulu
I-Yanga kaManqoba Mngqithi igaqele abadlali bePSL
Iqembu laseTanzania iYoung Africans FC edume kakhulu ngeleYanga FC kubikwa ukuthi igaqele abadlali ababili abadlalia
UMatlou usesayine namaStelli
UGeorge Matlou usaseyine inkontileka ende neqembu leStellenbosch FC laseKapa.UMatlou ubegijima kwiKaizer Chiefs ngeSizini edlule,kuthe uma
Kube nhlanga zemuka nomoya kwiPortugal kweyoMhlaba
Isiphumile iPortugal emqhudelwanweni weNdebe yeMhlaba,iphume izolo kusihlwa ikhishwa yiSpain ngeGoli elilodwa eqandeni.Lona bekuwumdlalo obewunganqotshwa yinoma
UKlopp usesocija iqembu lesizwe laseJalimana
Ngokusho kukaFabrizio Romano intatheli edume umhlaba wonke futhi engashayi eceleni kuthiwa uJurgen Klopp usewamukelile umsebenzi
Ukhonjwa kwiDurban City osanda kushiya kwiKheza
UTashreeq Morris osanda kushiya eqenjini leKaizer Chiefs kuthiwa amabombo uwasingise eThekwini,uyojoyina iqembu le Durban City
Ngiyaqonda ukuthi iyini iKaizer Chiefs
UMqeqeshi omusha weKaizer Chiefs uLeornado Da Cruz uthelekile izolo kuleli ukuzoqala uhambo lwakhe olusha naleli
EzikaMaghebhula sezikuqinisekisile ukuhamba kukaMofokeng
Iqembu le Orlando Pirates libhale kuFacebook walo liqinisekisa izindaba ezithi iSilomo saleli qembu uRelebohile